Created by Simphiwe Mhlongo
about 4 years ago
|
||
Question | Answer |
ubuciko bomlomo | Ubuciko bomlomo yinkulumo enobuchwepheshe noma eyingxoxo eyedluliselwa ezizukulwaneni ngezizukulwane ngomlomo |
izinhlobo zobuciko bomlomo | Amaculo , amahubo , imilolozelo , izaga nezisho , iziphicaphicwano , izinganekwane , izibongo , |
izinganekwane | Inganekwane ingxoxo emfishane enezehlakalo ezisamlingo . Yayixoxwa ngabadala bexoxela izingane |
ukubaluleka kwezinganekwane | ukufundisa izingane inhlonipho , ukulalela , ukuhlala uzothe kanye nokuchitha isizungu . |
izinhlobo zezinganekwane | inganeko, insumansumane kanye nomzekeliso |
Inganeko wuhlobo lwenganekwane olukhuluma ngokudabuka kwabantu nezinto njengokufa , imvula , ukudla okuphekwayo , njl . Luphinde luthinte inkolo noMvelinqangi kanye nabantu bakhe Umzekeliso lolu hlobo lwenganekwane luthinta umlando . Luxoxa ngezimpi , ukuxabana kwezizwe , njl . Insumansumane | Insumansumane lolu hlobo luqukethe izinganekwane ezehlukahlukene . Kukhona ezezilwane , ezabantu , nezixube abantu nezilwane |
Izinsumansumane | Insumo lolu hlobo lwensumansumane luqondene ngqo nokusifundisa izifundo ezithile Izinganeko zilwane lolu hlobo lugxile kakhulu emikhutsheni yezilwane , njengokuthi umkhuba othile wavela kanjani ; nokuthi isici esithile savela kanjani |
Umzekeliso lolu hlobo lwenganekwane luthinta umlando . Luxoxa ngezimpi , ukuxabana kwezizwe , njl . | Insumansumane lolu hlobo luqukethe izinganekwane ezehlukahlukene . Kukhona ezezilwane , ezabantu , nezixube abantu nezilwane Izinsumansumane |
Want to create your own Flashcards for free with GoConqr? Learn more.